Nazi izinyathelo okufanele zilandelwe uma wenza isicelo ku-intanethi 

Isinyathelo sokuqala: Gcwalisa ifomu elingezansi unikeza ulwazi oluningi
ngangokunokwenzeka.

Isinyathelo sesibili: Atasha ikhophi ye-ID yakho noma imvume yokuhlala uma uvela
kwelinye izwe.

Isinyathelo sesithathu: Atasha noma yimaphi amadokhumenti asekela ukuthi uzizwa
uthuthukisa isicelo sakho.

Isinyathelo sesine: Ungakhohlwa ukushaya inkinobho ethi, submit. 

 

Uma ungathanda ukugcwalisa ifomu lesicelo bese ulithumela ngemeyili/email, unga
downloada lapha.

 

Ifomu Lesicelo